Share

‘Ngeke iphile isikhathi eside ingane ezalwe inehlo elilodwa’

Cairo – Ingane yaseGibhithe isinikezwe izinsuku ezimbalwa kuphela iphila ngemuva kokuzalwa ineso elilodwa esiphongweni, kusho umbiko.

Kukholakala ukuthi umama wale ngane waba nenkinga ekhulelwe.

Umbiko weDaily Mail uthi le ngane inesifo esaziwa nge-cyclopia, okuyisifo esiphetha ngokuthi usana lushone lusanda kuzalwa.

Le ngane ayinalo ikhala kanti izimbobo zamehlo bezingakakheki kahle isasesiswini.

OLUNYE UDABA: Kutholakale usana oluzelwe endlini yangasese

Ngokusho kweSalati.com, iningi lezingane ezizalwa zinale nkinga zijwayele ukukhubazeka nokushoda kwezinye izitho zomzimba.

INew York Post ibike ukuthi le nkinga ivame kakhulu ezilwaneni.

Odokotela ezibhedlela ezizimele e-El Senbellawein bakholelwa ekutheni lolu sana lwathola lokhu kugula emithini eyayiphuzwa umama walo lusasesiswini.

Umndeni uthola ukwelulekwa ngokwengqondo.

We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Can radio hosts and media personalities be apolitical?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Yes, impartiality is key for public trust
32% - 456 votes
No, let's be real, we all have inherent biases
68% - 977 votes
Vote
Rand - Dollar
19.29
-0.7%
Rand - Pound
23.87
-1.1%
Rand - Euro
20.58
-1.2%
Rand - Aus dollar
12.38
-1.1%
Rand - Yen
0.12
-1.2%
Platinum
943.50
+0.0%
Palladium
1,034.50
-0.1%
Gold
2,391.84
+0.0%
Silver
28.68
+0.0%
Brent Crude
87.29
+0.2%
Top 40
67,314
+0.2%
All Share
73,364
+0.1%
Resource 10
63,285
-0.0%
Industrial 25
98,701
+0.3%
Financial 15
15,499
+0.1%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE