Share

Ongqongqoshe bafuna ukwenyuselwa amaholo ngo-600%

Blantyre - UMengameli waseMalawi uPeter Mutharika, usechithe isiphakamiso soNgqongqoshe beKhabhinethi, abathi bafuna ukwenyuseka amaholo ngo-600%.

UNobhala weKhabhinethi ucele ukuthi ongqongqoshe abangu-20 bakhokhelwe u-$8 800, ngenyanga, kuze bezokwazi ukubhekana nezindleko zempilo.

Lokhu kuvezwe ngumkhulumeli kamengameli uFrederick Ndala.

UMutharika ukubona kungeke kwaba yicebo elihle ukuthi kunyuswe amaholo ngaleli phesenti, ukholwa ukuthi kuxakeke bonke abantu baseMalawi, akusibo ongqonqgoshe bodwa ababhekene nenkinga, kusho uNdala.

UMutharika ungene esikhundelni ngemuva kokudla umhlanganiso okhethweni lwangoMeyi, wachitha obenguMengameli uJoyce Banda.

Umbiko onikwe abezindaba ze-AFP uthi ongqongqoshe bahola imali engaba ngu-$1 500 (R16 000)  ngenyanga baphinde bengezelwe ngo-$2 000 (R21 000), wokubhekana nezidingo.

Abasebenzi bakahulumeni bahola imali engaba ngu-$100 (R1100), ngenyanga.





 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24). 

We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Do you think Minister Blade Nzimande made the right call to dissolve the NSFAS board?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Yes, NSFAS mismanagement is costing students
33% - 219 votes
No, it's suspicious given that he's implicated
67% - 440 votes
Vote
Rand - Dollar
19.09
-0.6%
Rand - Pound
23.74
-0.5%
Rand - Euro
20.26
-0.5%
Rand - Aus dollar
12.25
-0.2%
Rand - Yen
0.12
-0.4%
Platinum
977.10
+0.0%
Palladium
1,019.50
-0.3%
Gold
2,371.43
-0.5%
Silver
28.39
-1.7%
Brent Crude
90.10
-0.4%
Top 40
67,266
-1.6%
All Share
73,405
-1.5%
Resource 10
61,881
-3.1%
Industrial 25
99,193
-1.0%
Financial 15
15,680
-0.9%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE