Harare - Kuputshuke kwasabalala izithombe zonobuhle besikhungo semfundo ephakeme eHarare ngesikhathi kuqhubeka umcimbi esikoleni.
Labonobuhle baphoqwa ukuba bangawagqoki amadilozi emcimbini wesikole.
Izithombe zonobuhle bengawagqokile amadilozi zasabalala ezinkundleni zokuxhumana.
Kuthiwa labonobuhle batshelwa ukuthi bangawagqoki amadilozi ukuze bezokwazi ukuhamba kahle esiteji.
OLUNYE UDABA: Kuvele ukuthi unobuhle unamagqe amabili
Kuthiwa umsindo waqala ngesikhathi abafundi ababebukele bebobana ukuthi onobuhle abawagqokile amadilozi.
Kulabonobuhle kwagqma kakhulu oyedwa owayegqoke ingubo ebomvu enomqhewu omude ngaphambili.
“Kuyishwa ukuthi izithombe zalama ntombazane zaputshuka zase zisabalala enkundleni yezokuxhumana,” kusho umthombo.
- “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho
- Landela IzindabaNews24 kuTwitter