Share

OwaseZimbambwe kwelokudutshulwa kwamaphoyisa

Bulawayo - Amadoda amabili, enye yawo edabuka eZimbabwe, adubule alimaza amaphoyisa amabili ngesikhathi eqa esitokisini abegcinwe kuso.

Umsolwa onamagama amaningi, nokho oboshwe esebenzisa elikaKevin Masango, kukholakala ukuthi unqatshelwe ushwele kwaze kwaba kathathu, kusho abezindaba ze-myzimbabwe.

Amaphoyisa asola uMasango ngesehlakalo sokubanjwa kwenkunzi esenzeka eSilverton ngonyaka owedlule, kwashaqwa isamba semali esingu-R14 million.

Kudutshulwa amaphoyisa nje, bekulindeleke abasolwa bavele ngaphambi kweNkantolo kaMantshi wasePitoli.

UMnyango wezamaJele uthi kumele kukhishwe umbiko ngkushesha kuchazwe ukuthi abamangalelwa basithola kanjani isibhamu.

UKhomishana wamaPhoyisa uRiah Phiyega uzwakalise ukukhathazeka ngokwanda kwezehlakalo zokuhlaselwa kwamaphoyisa.




 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24). 

We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Should the Proteas pick Faf du Plessis for the T20 World Cup in West Indies and the United States in June?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Yes! Faf still has a lot to give ...
67% - 945 votes
No! It's time to move on ...
33% - 463 votes
Vote
Rand - Dollar
18.80
+1.1%
Rand - Pound
23.49
+1.3%
Rand - Euro
20.10
+1.5%
Rand - Aus dollar
12.28
+1.0%
Rand - Yen
0.12
+2.8%
Platinum
923.40
-0.2%
Palladium
957.50
-3.3%
Gold
2,336.75
+0.2%
Silver
27.20
-0.9%
Brent Crude
89.01
+1.1%
Top 40
69,358
+1.3%
All Share
75,371
+1.4%
Resource 10
62,363
+0.4%
Industrial 25
103,903
+1.3%
Financial 15
16,161
+2.2%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE