Share

Owashona ngo-2013 uyavuka azolala nonkosikazi

Harare -  Indoda eyashona iyabuya njalo ezolala nonkosikazi wayo eyamshiya emhlabeni, nokuyinto esihlukanise phakathi umndeni.

Lesi sehlakalo esingajwayelekile sesidume indawo yanke yaseMvundlana eTsholotsho, eZimbabwe.

Kuthiwa izangoma zasusa umsindo ngesikhathi zithi zithole ugebhezi lwekhanda lwengane ethuneni lendoda, nokuyinto emenza avuke ethuneni alale nomkakhe.

Umfelokazi ukuqinisekisile okushiwo yizangoma, nokuyinto ecasule umndeni wendoda.

Funda nalolu daba: Umalume wadlwengula umshana awaze wamthelela nge-HIV

Kuthiwa konke lokhu kuvele ngesikhathi inkosi uMagama icela izangoma ukuba zigeze isigodi njengoba kulezi zinsuku sinamabhadi.

Ngesikhathi izangoma zifika emzini kaMpilo Henry Moyo, zatshela unkosikazi  kamufi, uSiphindile Ncube, ukuthi kunogebhezi lwekhanda lengane ethuneni lomyeni wakhe nokwenza avuke azolala naye.

Nakuba lento izwakala ingajwayelekile, unkosikazi wakhe uthe ubembona umyeni wakhe futhi ubelala naye njalo, ngisho eseshonile, kubika iMyzimbabwe.

"Washona ngo-2013. Kusukela lapho uyangihlukumeza. Angilali ebusuku ngoba uyafika azolala nami. Kwesinye isikhathi ufika ngisho emini.”

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24). 

We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Do airplane mishaps have any effect on which airline you book your flights with?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
No, these things happen. I pick based on price
48% - 1066 votes
Yes, my safety matters. I don't take any chances
52% - 1139 votes
Vote
Rand - Dollar
19.21
+0.0%
Rand - Pound
23.96
-0.0%
Rand - Euro
20.58
-0.1%
Rand - Aus dollar
12.50
-0.2%
Rand - Yen
0.12
+0.2%
Platinum
911.70
-0.1%
Palladium
1,000.00
-0.5%
Gold
2,317.54
+0.1%
Silver
27.13
-0.1%
Brent Crude
88.02
-0.5%
Top 40
68,574
0.0%
All Share
74,514
0.0%
Resource 10
60,444
0.0%
Industrial 25
104,013
0.0%
Financial 15
15,837
0.0%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE