Share

Owesilisa uxosha umkakhe ngoba ene-HIV

Harare – Owesilisa waseHarare uxoshe umkakhe onesifo sesandulela ngculaza emzini wabo, wathi makaphume aphele ngoba “ubolile”, lokhu kuvele enkantolo yezobulungiswa.  

USusan Machingura utshele inkantolo ukuthi umyeni wakhe uSergio Tarwirei ubemhlukumeza emshaya aphinde amkhiyele ngaphandle emzini wabo ngoba enesifo sesandulela ngculaza.

UMachingura wafaka lolu daba enkantolo ngoba efuna ukuthola ukuvikeleka ekuhlukunyezweni umyeni wakhe obese kunesikhathi emhlukumeza.

Ngokubika kweBulawayo 24 uMachingura utshele iMantshi uTrevor Nyatsanza ukuthi uTarwirei uyamhlukumeza njalo uma ebuya ukuyocwila ezinkambeni zikaFaro nobhululu bakhe.

OLUNYE UDABA: Uzame ukuzibulala oshaywe ngezinduku zakhe

“Kwesinye isikhathi ungilalisa ngaphandle ebusuku angikhiyele,” echaza.

UTarwirei uziphikile lezi zinsolo wasola uMachingura ngokuba umqwayizi.

“Sobabili siphuza ubhiya futhi uma silwa sisuke sobabili sidakiwe,” kusho Tarwirei.

IMantshi uNyatsanza ukhiphe isinqumo esivuna uMachingura sokuthi uTarwirei angaphinde ahlukumeze wabe esemnxusa ukuba agcine ukuthula phakathi kwabo njengabantu abashadile.

       - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

         - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Do you think corruption-accused National Assembly Speaker Nosiviwe Mapisa-Nqakula will survive a motion of no confidence against her?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
No, her days are numbered
42% - 523 votes
Yes, the ANC caucus will protect her
58% - 735 votes
Vote
Rand - Dollar
18.92
+0.1%
Rand - Pound
23.87
+0.2%
Rand - Euro
20.39
+0.2%
Rand - Aus dollar
12.32
+0.1%
Rand - Yen
0.13
+0.1%
Platinum
908.05
0.0%
Palladium
1,014.94
0.0%
Gold
2,232.75
-0.0%
Silver
24.95
-0.1%
Brent Crude
87.00
+1.8%
Top 40
68,346
0.0%
All Share
74,536
0.0%
Resource 10
57,251
0.0%
Industrial 25
103,936
0.0%
Financial 15
16,502
0.0%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE