Share

Sekushone abazali bezingane eNigeria ngokuhlukumezeka

Nigeria - Iningi labazali bama ntombazane angu-200 athunjwa eNigeria angeke baphinde bawa bone amadodakazi awo.

Selokhu kwenzeka lesisigameko sokuthunjwa kwamantombazae ezinyangeni ezintathu ezedlule,abangu-11 babazali sebashona  kanti idolobha iChikob livinjezelwe ngamabutho,kusho izakhamuzi.

Obaba bamantombazane abayisikhombisa babalwe ezindunjini ezingu – 51 ezahanjiswa esibhedlela saseChikob esiseduze naseKautakari kulenyanga,kusho osebenzela ezempilo ongafunanga ukudalulwa ngoba esabela impilo yakhe.

Kanti abazali abane sebeshonile ngenxa yokuhlaselwa isifo senhliziyo, Ihihi kanye nezinye izifo umphakathi obhekene nazo njengoba behlale bethukile kakhulu ngalesisigameko esenzeke ezinsukwini ezingu-100,kusho umholi womphakathi uPogu Bitrus okuyena odalule amagama abo.

UBetrus uqhube wathi:"Omunye wobaba bamantombazane amabili athunjwa oshonele esibhedlela ubelokhu ewasho njalo amagama ezingane zakhe waze waficwa ukufa."

Isimo saseChibok sibi kakhulu ngemuva kokuhlaselwa kulendawo, izimoto ezishile emgwaqeni kanti nezindiza azisakwazi ukungena.

Izakhamuzi zibone sezisele budengwane sekungekho ofika nosizo,sezicele abe-United Nations ukuba bangenelele bathumele amasosha ukuze zivikeleke.

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24). 

We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Can radio hosts and media personalities be apolitical?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Yes, impartiality is key for public trust
32% - 83 votes
No, let's be real, we all have inherent biases
68% - 179 votes
Vote
Rand - Dollar
19.25
-0.4%
Rand - Pound
23.89
-0.3%
Rand - Euro
20.46
-0.3%
Rand - Aus dollar
12.31
-0.1%
Rand - Yen
0.12
-0.7%
Platinum
949.10
-0.1%
Palladium
1,025.50
-0.4%
Gold
2,383.03
+0.2%
Silver
28.29
+0.2%
Brent Crude
87.11
-0.2%
Top 40
67,190
0.0%
All Share
73,271
0.0%
Resource 10
63,297
0.0%
Industrial 25
98,419
0.0%
Financial 15
15,480
0.0%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE