Egypt - Kushone abantu abiyishumi kubalwa nezingane ezinhlanu kubona, kudilika amabhilidi amabili akhelene ngesikhathi kuqhuma igesi phakathi nedolobha laseGibhithe, kusho unogada ngoLwesihlanu.
Kulabo abashonile benengane enezinyanga ezingu-9 izelwe.
Igesi iqhume ngesikhathi kulungiselelwa isidlo se-iftar ngesikhathi amaSulumane esephuma ebhandeni njengoba kade kuyiRamadan.
La mabhilidi amabili amboze abalamu nemindeni yabo kwathi elesithathu ebelincike kuwona lacekeleka phansi.
Ebhilidini lesithathi bekuhlala esinye isihlobo nomndeni waso.
- “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho