Share

Sekuzibulale umfundi wesine evikini elilodwa eZim

Harare - Umfundi wesine usezibulele esikhathini esingangesonto eZimbabwe, kusho umbiko wangoLwesithathu.

USimba Makumbe, 18, utholwe ngubaba wakhe elenga esihlahleni eMagwegwe North, kwaBulawayo, ngoLwesibili, kusho umbiko wephephandaba iChronicle.

UMakumbe uzibulala nje ubelindele imiphumela yakhe.

Ubaba wakhe uthi indodana yakhe ibingatshengisi zimpawu zokuphatheka kabi.

Laba abanye abathathu abazibulele bekungamabhungu afunda enyuvesi.

OLUNYE UDABA: Uzibulele obezitika ngocansi nesoka

Isitshudeni sokuqala besifunda eMidlands State University, kanti sazibulala ngokuphuza ushevu ngoba sicikwe ukuthi isikhungo asisikhokhelanga imali yezinkukhu esazidayisela sona ukuze sikhokhe imali yokufunda.

UKranos Nyangari, 21, wase-University of Zimbabwe, wazibulala ngemuva kokuthumelela umngani wakhe i-video enohlelo lomngcwabo wakhe.

Isitshudeni sesithathu esaseNational University of Science and Technology, naso satholakala sizibulele.



 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
How often do you go to the cinema to watch new movies?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Often - nothing beats the big screen
2% - 26 votes
Hardly - I prefer streaming online
66% - 729 votes
Sometimes - it depends on the film release
32% - 350 votes
Vote
Rand - Dollar
19.15
-0.7%
Rand - Pound
23.82
-0.6%
Rand - Euro
20.39
-0.5%
Rand - Aus dollar
12.30
-0.5%
Rand - Yen
0.12
-0.6%
Platinum
950.40
-0.3%
Palladium
1,028.50
-0.6%
Gold
2,378.37
+0.7%
Silver
28.25
+0.1%
Brent Crude
87.29
-3.1%
Top 40
67,190
+0.4%
All Share
73,271
+0.4%
Resource 10
63,297
-0.1%
Industrial 25
98,419
+0.6%
Financial 15
15,480
+0.6%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE