Share

Siboshiwe isikhulu esijabulele ukushona kukaMengameli

Lusaka - Amaphoyisa aseZambia ngoLwesihlanu athi abophe aphinde athwesa icala lowo owayeyisikhulu sikahulumeni ngemuva kokuba ekhombise ukujabula kwakhe ngokudlula emhlabeni kukaMengameli wezwe uMichael Sata ngokuthi aqhumise isibhamu.

"Sibophe uGuston Sichilima ngoba udubule emoyeni amahlandla angu-8 ngesibhamu esincane,” kusho uCharity Katanga, ongukhomishana wamaphoyisa aseNorthern Province, etshela i-AFP.

Funda nalolu daba: UZuma ududuze umndeni kaSata.

"Uthweswe icala ngoba isenzo sakhe sokudubula emoyeni singase sisuse uthuthuva njengoba esenze kusazilelwe umengameli.

ISata, 77, ushone ngoLwesibili ngemuva kokwelashelwa ukugula okungadalulwanga esibhedlela iKing Edward VII eLondon.

Uwavumile amacala athweswe wona kanti amaphoyisa abe esemdedela.


 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24). 

We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Now that e-tolls gantries have been switched off, will you be settling your outstanding debt?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
No way, they're not getting a cent from me
88% - 2068 votes
Yes, I guess it's the right thing to do
4% - 84 votes
Mmh, I'm watching legal cases and playing it by ear
9% - 201 votes
Vote
Rand - Dollar
18.97
+0.2%
Rand - Pound
23.65
+0.1%
Rand - Euro
20.27
+0.1%
Rand - Aus dollar
12.23
+0.1%
Rand - Yen
0.12
+0.1%
Platinum
949.90
-0.3%
Palladium
1,041.50
+0.6%
Gold
2,379.33
+0.8%
Silver
28.49
+1.0%
Brent-ruolie
87.29
-3.1%
Top 40
66,960
+0.1%
All Share
73,039
+0.1%
Resource 10
63,204
-0.3%
Industrial 25
98,025
+0.2%
Financial 15
15,416
+0.2%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE