Share

Sisashubile isimo ezweni laseBurundi

Bujumbura – Abaholi basemazweni aseMpumalanga Afrika bazohlanga ngeSonto engqungqutheleni eyisipesheli ukuzodingida ngezinxushunxushu zaseBurundi, njengoba amaphoyisa etholene phezulu nababhikishi emigwaqeni enhlokodolobha.

IReuters ibike ukuthi kubonakale amaphoyisa edubula ebhekise kubabhikishi kanti futhi ukuqhuma kwesibhamu kuzwakale nakwezinye izingxenye zaseBujumbura ngoLwesibili ekuseni, lapho kuvalwe khona imigwaqo kanye nezitolo.

Funda nalolu daba: Kubulawe okungenani amaphoyisa angu-20 eKenya

Sekuphele isikhathi imibhikisho iqhubeka kuleliya lizwe, abantu baphikisana nemizamo kaMengameli uPierre Nkurunziza yokufuna ihlandla lesithathu.

Imizamo yokuketulwa kombuso yenzeka uMengameli esemhlanganweni we-East African Community (EAC) okwakuhloswe ngawo ukuxazulula izinkinga. Kodwa nokho ayiphumelelanga.

I-EAC ngoMsombuluko kuTwitter ithe izobamba umhlangano ngeSonto, kubika i-eNCA.

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24). 

We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Can radio hosts and media personalities be apolitical?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Yes, impartiality is key for public trust
32% - 179 votes
No, let's be real, we all have inherent biases
68% - 376 votes
Vote
Rand - Dollar
19.18
-0.1%
Rand - Pound
23.87
-0.2%
Rand - Euro
20.43
-0.2%
Rand - Aus dollar
12.31
-0.1%
Rand - Yen
0.12
-0.2%
Platinum
954.20
+0.4%
Palladium
1,025.00
-0.4%
Gold
2,388.00
+0.4%
Silver
28.43
+0.7%
Brent-ruolie
87.11
-0.2%
Top 40
66,695
-0.7%
All Share
72,780
-0.7%
Resource 10
63,068
-0.4%
Industrial 25
97,729
-0.7%
Financial 15
15,343
-0.9%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE