Share

U-Obama akawuvali umlomo ngabaholi baseNigeria

Washington – UMengameli waseMelika uBarack Obama ukhulume nosanda kunqoba ukhetho eNigeria, uMuhammadu Buhari nalowo oseshenxa esihlalweni uGoodluck Jonathan, wabancoma ngendima abayidlalile ekunikezeleni kwamandla okokuqala ngqa ngaphansi kwentando yeningi.

U-Obama ukhulume nala baholi ngokuhlukana “wabancoma ngokutshengisa ubuholi obuqotho ngesikhathi kuqhubeka ukhetho eNigeria”, kusho iWhite House.

OLUNYE UDABA: AbaseZim bathi uMugabe angafunda kolwaseNigeria

Ukudla umhlanganiso kukaBuhari nokushesha ukuvuma induku kukaJonathan kusizile ekubhaleni isigaba esisha somlando wezwe elidume ngodlame.

Usuwavukelwa kasithupha uMbuso eNigeria kusukela izwe lathola uzimelegeqe ngo-1960, kanti iqembu likaJonathan bese liphathe izwe iminyaka engu-16 lingaphazanyiswa.

“Lona ngumlando weNigeria kanye ne-Afrika yonkana,” kusho umeluleki ka-Obama kwezokuphepha uSusan Rice.

We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Should the Proteas pick Faf du Plessis for the T20 World Cup in West Indies and the United States in June?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Yes! Faf still has a lot to give ...
67% - 944 votes
No! It's time to move on ...
33% - 462 votes
Vote
Rand - Dollar
18.81
+1.1%
Rand - Pound
23.50
+1.2%
Rand - Euro
20.12
+1.4%
Rand - Aus dollar
12.29
+0.9%
Rand - Yen
0.12
+2.5%
Platinum
923.80
-0.2%
Palladium
959.00
-3.2%
Gold
2,338.80
+0.3%
Silver
27.21
-0.8%
Brent Crude
89.01
+1.1%
Top 40
69,358
+1.3%
All Share
75,371
+1.4%
Resource 10
62,363
+0.4%
Industrial 25
103,903
+1.3%
Financial 15
16,161
+2.2%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE