Share

UMengameli uxoshe abemsola ngokuba yimbangi yakhe

Kampala – UMengameli wase-Uganda uYoweri Museveni uxoshe undunankulu ngemuva kwezinsolo zokuthi ufuna ukumbangisa esikhundleni sokuphatha leli lizwe. 

Ngokombiko kuthiwa uMuseveni uxoshe uAmama Mbabazi ngoLwesihlanu.

Kubikwa ukuthi uMbabazi ongummeli ngokweziqu ubesondelene kakhulu noMuseveni kwazise bebexhumana ezintweni eziningi abazenzayo kanti muva nje kuvela ukuthi sebephenduke inkukhu nempaka.

OLUNYE UDABA: Izitabane zisasaba ukubuyela e-Uganda

Umbiko udalula ukuthi uMuseveni usola uMbabazi ngokuthatha izinqumo eqenjini ngaphandle kokuxhumana naye.

Kuthiwa uMuseveni umemezele igama likaNgqongqoshe wezeMpilo e-Uganda ukuthi nguye ozovala isikhala sikaMbabazi.

Kubikwa ukuthi uMbabazi akakaze aphumele obala ukuthi ufuna ukuhola i-Uganda ngemuva kokhetho luka-2016 kanti ngakolunye uhlangani kunezinkulumo esezisabalele ezithi uMuseveni usafuna ukuqhebeka nokuqhoqhobala lesi sikhundla nakuba esesiphathe  iminyaka engu-28.


    - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 

    - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Do you think corruption-accused National Assembly Speaker Nosiviwe Mapisa-Nqakula will survive a motion of no confidence against her?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
No, her days are numbered
42% - 395 votes
Yes, the ANC caucus will protect her
58% - 555 votes
Vote
Rand - Dollar
18.94
-0.2%
Rand - Pound
23.91
-0.1%
Rand - Euro
20.43
+0.2%
Rand - Aus dollar
12.34
+0.1%
Rand - Yen
0.13
-0.2%
Platinum
910.50
+1.5%
Palladium
1,011.50
+1.0%
Gold
2,221.35
+1.2%
Silver
24.87
+0.9%
Brent Crude
86.09
-0.2%
Top 40
68,346
+1.0%
All Share
74,536
+0.8%
Resource 10
57,251
+2.8%
Industrial 25
103,936
+0.6%
Financial 15
16,502
-0.1%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE