Share

'UMugabe uyiqhawe le-Afrika'

Cape Town – UNgqongqoshe wezangaPhandle eRussia, uSergey Lavrov, kubikwa ukuthi uchaze uMengameli waseZimbabwe uRobert Mugabe “njengengqalabutho emlandweni we-Afrka”.

Ngokombiko weThe Herald, uLavrov ukhulume kanje esemzini kaMugabe oseZvimba nalapho bekuphendulwa khona amasoyi omklamo ka-$3bn okumbiwa kwe-platinum, okungumsebenzi iRussia neZimbabwe ababambisene kuwo.

ULavrov uphinde wathi iRussia izoqhubeka iqinisekise ukuthi izwi le-Afrika liyazwakala kwezombusazwe emhlabeni jikelele.

OLUNYE UDABA: 'UMugabe uhlupheka kunabo bonke abaholi'

ULavrov uthe i-Afrika ingezinye zezinsika kulo mhlaba oguquka njalo wanezezela ngokuthi “iRussia iyohlezi ime njalo yeseka i-Afrika”.

UMugabe naye akasalanga ngaphandle wagxeka i-European Union ngokufakela izwe lakhe neRussia unswinyo.

Ube esechaza amazwe aseNtshonalanga “njengosathane bomhlaba”.




 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
How often do you go to the cinema to watch new movies?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Often - nothing beats the big screen
2% - 21 votes
Hardly - I prefer streaming online
67% - 672 votes
Sometimes - it depends on the film release
31% - 308 votes
Vote
Rand - Dollar
19.17
-0.9%
Rand - Pound
23.85
-0.7%
Rand - Euro
20.42
-0.6%
Rand - Aus dollar
12.31
-0.6%
Rand - Yen
0.12
-0.7%
Platinum
950.50
-0.3%
Palladium
1,029.00
-0.6%
Gold
2,381.18
+0.8%
Silver
28.29
+0.2%
Brent-ruolie
87.29
-3.1%
Top 40
67,190
+0.4%
All Share
73,271
+0.4%
Resource 10
63,297
-0.1%
Industrial 25
98,419
+0.6%
Financial 15
15,480
+0.6%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE