Harare - Owesifazane, 22, waseZimbabwe onezingane ezintathu akaboni ngasolinye nomyeni wakhe weminyaka eyisishiyagalombili akhala ngokuthi akasamnaki.
USarudzai Jongwe uthi ushado wakhe noTendai Chikona usufadalele ngoba usephila ngokusatshiswa, kubika iBulawayo24.
Ngokubika kweH-Metro, uJongwe utshele inkantolo ukuthi ufuna imali yesondlo engu-$300 ukuze anakekele izingane anazo noChikona.
OLUNYE UDABA: Usenkantolo oshaya umyeni omncisha ucansi
"Sishadile ngokomthetho, kepha ngendlela enza ngayo manje kuyacaca ukuthi akasangithandi.
"Uma ethanda akabuyi ekhaya, akasangisizi nangokunakekela izingane. Akasanginaki," ezikhulumela.
Ummangalelwa uthi yena angakwazi ukukhokha u-$100 ngenyanga.
On his part, Tendai whose age was not given said he was only in a position to pay $100.