Share

Ubalekiselwe eGermany udokotela waseSenegal

Freetown – Ubalekiselwe eGermany udokotela wenhlangano iWorld Health Organization (WHO) ohaqwe yisifo se-Ebola eSierra Leone.

UTarik Jasarevic okhulumela le nhlangano uthe lo dokotela uphuthunyiswe ezweni iGermany ngemuva kokutholakala ukuthi unalesi sifo ngoLwesithathu.

Kuthiwa udabuka eSenegal kodwa esesibenza edolobheni laseKialuham elisenqanqameni oluhlukanisa iSierra Leone neGuinea.

Umbiko uthi ngemuva kokuthi lo dokotela elingadalulwanga igama lakhe ethole lesi sifo i-WHO iphoqeleke ukuba iwuvale umahamba nendlwana ohlola ukusabalala kwe-Ebola.

Kubikwa ukuthi lo dokotela ungeniswe esibhedlela saseNyuvesi iHamburg-Eppendorf lapho ezolashelwa khona egunjini elikhethekile.  

Sezingaphezulu kuka-240 izisebenzi ze-WHO esezihaqwe yui-Ebola selokhu iqalile ukusabalala emazweni aseNtshonalanga ye-Afrika kanti sezingu-120 asezishonile.


   - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

     - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Can radio hosts and media personalities be apolitical?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Yes, impartiality is key for public trust
32% - 418 votes
No, let's be real, we all have inherent biases
68% - 880 votes
Vote
Rand - Dollar
19.07
+0.5%
Rand - Pound
23.60
+1.0%
Rand - Euro
20.32
+0.3%
Rand - Aus dollar
12.24
+0.5%
Rand - Yen
0.12
+0.4%
Platinum
943.20
-0.8%
Palladium
1,035.50
+0.6%
Gold
2,388.72
+0.4%
Silver
28.63
+1.4%
Brent Crude
87.11
-0.2%
Top 40
67,314
+0.2%
All Share
73,364
+0.1%
Resource 10
63,285
-0.0%
Industrial 25
98,701
+0.3%
Financial 15
15,499
+0.1%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE