Harare – Ugwetshwe iminyaka engu-22 ebhadla ejele umzanyana olahlwe yicala lokubulala usana olunezinyanga eziyishumi ngokulifaka eshalofini, ngokusho kombiko.
UViolet Moyo oneminyaka engu-22 ubudala ulahlwe yicala lokubulala usana u-Ethan Phiri ngesihluku ngokumshutheka eshalofini ngenxa yokuthi wayekhala engathuli.
OLUNYE UDABA: Uvume elokubulala owavalela ingane edroweni