Share

Ugwetshwe ebalisa owanukubeza ingane

Nyando – Umlisa owanukubeza ingane encane ugwetshwe udilikajele yinkantolo yaseNyando eKenya.

USamuel Ochieng Odago ugwetshwe udilikajele ngemuva kokutholwa necala yiNkantolo yeMansthi eNyando.

Inkantolo yatshelwa ukuthi ngoFebhuwari 6 ngezithuba zabo 10:30 endaweni yaseTura, lo mlisa wanukubeza ingane eneminyaka emibili nezinyanga eziyisithuba ubudala.

Funda nalolu daba: Isangoma siboshelwe ukudlwengula.

Umshushisi uFrancis Oyango utshele inkantolo ukuthi isigilamkhuba sasinenhloso yokunukubeza futhi sasikuhlelile.

Ngesikhathi kukhishwa isigwebo, u-Odago,  wehlulekile ukuzibamba, wakhala ecela inkantolo ukuba imxolele ikakhulukazi njengoba engaphathekile kahle empilweni futhi engakaze abenecala phambilini.



 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24). 

We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Do you think corruption-accused National Assembly Speaker Nosiviwe Mapisa-Nqakula will survive a motion of no confidence against her?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
No, her days are numbered
41% - 314 votes
Yes, the ANC caucus will protect her
59% - 453 votes
Vote
Rand - Dollar
18.94
-0.2%
Rand - Pound
23.92
-0.1%
Rand - Euro
20.47
+0.0%
Rand - Aus dollar
12.36
-0.1%
Rand - Yen
0.13
-0.3%
Platinum
911.60
+1.6%
Palladium
1,012.97
+1.1%
Gold
2,213.47
+0.9%
Silver
24.80
+0.6%
Brent Crude
86.09
-0.2%
Top 40
68,346
+1.0%
All Share
74,536
+0.9%
Resource 10
57,251
+2.9%
Industrial 25
103,936
+0.6%
Financial 15
16,502
-0.1%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE