Share

Uhulumeni uhlela ukuvala ama-website ocansi

Kaduna – UCol. Sambo Dasuki (rtd) ongumeluleki weNational Security, uthi uhulumeni uhlela ukusungula umthetho ozokwenza kuvalwe ama-website ocansi ezweni lonke.

Usho kanje emcimbini wokuvala ingqungquthela yezinsuku ezintathu ebimayelana nokusetshenziswaa kwezinkundla zokuxhumana eKaduna, eNigeria ngeSonto.

Funda nalolu daba: Kushone inqwaba izihonga zihlasela eNigeria.

Ingqungquthela ebihlelwe yinhlangano yamaSulumane kuzwelonke, i-Izalatil Bid'a Wa'iqamatis Sunna (JIBWIS), bekuhloswe ngayo ukulungisa okungalungile ngendlela okusetshenziswa ngayo ikundla yezokuxhumana.

UDasuki, obemelwe uNgqongqoshe weSpecial Duties, uKabiru Turaki, uthe: "Uhulumeni uhlela ukuvala ama-website afaka umqondo obhedayo ezinganeni kodwa kudingeka umthetho ozokweseka lokhu.”

"Ngenxa yokuthi awukho umthetho, abantu bangaya enkantolo bathi kwephulwe amalungelo abo,” kubina bae-NAN eNigeria.



 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24). 

We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Do you think corruption-accused National Assembly Speaker Nosiviwe Mapisa-Nqakula will survive a motion of no confidence against her?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
No, her days are numbered
42% - 395 votes
Yes, the ANC caucus will protect her
58% - 556 votes
Vote
Rand - Dollar
18.94
-0.2%
Rand - Pound
23.91
-0.1%
Rand - Euro
20.43
+0.2%
Rand - Aus dollar
12.34
+0.1%
Rand - Yen
0.13
-0.2%
Platinum
910.50
+1.5%
Palladium
1,011.50
+1.0%
Gold
2,221.35
+1.2%
Silver
24.87
+0.9%
Brent Crude
86.09
-0.2%
Top 40
68,346
+1.0%
All Share
74,536
+0.8%
Resource 10
57,251
+2.8%
Industrial 25
103,936
+0.6%
Financial 15
16,502
-0.1%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE