Share

Ukhala ngobulungiswa ubaba wentatheli eyaboshwa

Cape Town - Ubaba wentatheli yase-Australia, ye-Al-Jazeera, eboshwe eGibhithe, uthi uyakuhlonipha ukusebenza kwezinkantolo zaseGibhithe kodwa uyazi ukuthi indodana yakhe iyisisulu sokungabikho kobulungiswa.

UJuris Greste utshele abezindaba eKenya ngoLwesine ukuthi yena nonkosikazi wakhe bazi kahle ukuthi abenziwanga ubulungiswa ecaleni lendodana yabo uPeter Greste.

UPeter Greste kanye nozwakabo ababili abasebenzela i-Al-Jazzera ngoJuni inkantolo yabathola benecala yabagweba iminyaka eyisikhombisa bebhadle ejele.

UPeter Greste njengamanje uzama ukuphikisa isigwebo seminyaka eyisikhombisa ngecala lokusebenzisana neqembu iMuslim Brotherhood, okuyiqembu elithathwa njengelabashokobezi eGibhithe. 




 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24). 

We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Do you think corruption-accused National Assembly Speaker Nosiviwe Mapisa-Nqakula will survive a motion of no confidence against her?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
No, her days are numbered
42% - 366 votes
Yes, the ANC caucus will protect her
58% - 500 votes
Vote
Rand - Dollar
18.94
-0.2%
Rand - Pound
23.89
+0.0%
Rand - Euro
20.44
+0.1%
Rand - Aus dollar
12.34
+0.1%
Rand - Yen
0.13
-0.1%
Platinum
908.75
+1.3%
Palladium
1,014.28
+1.3%
Gold
2,219.42
+1.1%
Silver
24.83
+0.8%
Brent Crude
86.09
-0.2%
Top 40
68,346
+1.0%
All Share
74,536
+0.8%
Resource 10
57,251
+2.8%
Industrial 25
103,936
+0.6%
Financial 15
16,502
-0.1%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE