Share

Ukhandwe ngamatshe obesolwa ngelokudlwengula

Mogadishu – Iqembu lamaphekula eSomalia, i-Al Shabaab, ngoLwesithathu lithe likhande ngamatshe owesilisa oneminyaka engu-18 ubudala ngemuva kokudlwengula owesifazane emkhombe ngesibhamu endaweni yamaphekula esifundeni saseShabelle.

Iqembu, elidlelana ne-Al Qaeda, lilahlekelwa yizindawo zalo njengoba lihlaselwa amasosha e-African Union nawaseSomali, kodwa lithi lizimisele ngokubonakalisa amandla alo ezindaweni elisazilawula.

Funda nalolu daba: UDlamini Zuma uzohambela amazwe ahlaselwe yi-Ebola.

I-Al Shabaab ithe umlisa wakhomba ngesibhamu owesifazane oneminyaka engu-28 ubudala wamdlwengula ezinsukwini ezintathu ngaphambi kokuba abulawe ngokukhandwa ngamatshe ngoLwesibili.

"Lokhu kutshengisa ukuthi sisenawo amandla okujezisa noma ubani owephula umthetho we-Islamic", kusho uSheikh Mohammed Abu Abdalla, ongumholi we-Al Shabaab endaweni, etshela abe-Reuters ngoLwesithathu.



 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24). 

We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Do you think corruption-accused National Assembly Speaker Nosiviwe Mapisa-Nqakula will survive a motion of no confidence against her?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
No, her days are numbered
41% - 570 votes
Yes, the ANC caucus will protect her
59% - 813 votes
Vote
Rand - Dollar
18.88
+0.3%
Rand - Pound
23.86
+0.2%
Rand - Euro
20.39
+0.2%
Rand - Aus dollar
12.33
+0.1%
Rand - Yen
0.12
+0.2%
Platinum
908.05
0.0%
Palladium
1,014.94
0.0%
Gold
2,232.75
-0.0%
Silver
24.95
-0.1%
Brent Crude
87.00
+1.8%
Top 40
68,346
0.0%
All Share
74,536
0.0%
Resource 10
57,251
0.0%
Industrial 25
103,936
0.0%
Financial 15
16,502
0.0%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE