Share

Ulahlwe yicala owadlwengula indodakazi eyibone igeza

Bulawayo - Owesilisa oneminyaka engu-35 ubudala wakhanukele ingane yakhe yentombanzane eneminyaka engu-15 ubudala ngesikhathi igeza wagcina eyidlwengulile, lokhu kutshelwe inkantolo ngeledlule.

Le ndoda itholwe inecala ngemuva kokulivuma ngesikhathi ivele ngaphambi kwentolo yeMantshi yaseMasvingo, u-Oliver Mudzongachiso, ibhekene necala lokudlwengula.

Le ndoda igcinwe esitokisini kuze kushaye umhlaka-1 Juni sekuyolalelwa isigwebo.

Umshushisi uNancy MAakuvise utshele inkantolo ukuthi ngomhlaka-11 Meyi ngezithuba zabo-11:00 ekuseni intombazane yayigeza, ubaba wayo wabe eseyoyilunguza ngesikhathi igeza.

OLUNYE UDABA:Kufuneka isinxephezelo kolale nomfana ona-14

Inkantolo iphinde yezwa nokuthi ubaba wentombazane wabe eseyilandela isiya ekamelweni nokuyilapho afike ayithinta khona amabele eyitshela nokuthi inomzimba omuhle angakaze awubone empilweni yakhe yonke, wabe eseyidlwengulela embhedeni.

Inkantolo iphinde yezwa nokuthi le ntombazane yamemeza ifuna usizo kodwa yangaluthola ngoba babebobabili kuphela endlini, kubika iBulawayo24.

 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Do airplane mishaps have any effect on which airline you book your flights with?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
No, these things happen. I pick based on price
49% - 494 votes
Yes, my safety matters. I don't take any chances
51% - 522 votes
Vote
Rand - Dollar
19.11
+0.4%
Rand - Pound
23.80
-0.4%
Rand - Euro
20.46
-0.0%
Rand - Aus dollar
12.40
-0.2%
Rand - Yen
0.12
+0.4%
Platinum
920.40
-1.1%
Palladium
1,026.50
+1.1%
Gold
2,322.61
-0.2%
Silver
27.34
+0.6%
Brent Crude
87.00
-0.3%
Top 40
68,051
+0.8%
All Share
74,011
+0.6%
Resource 10
59,613
-2.2%
Industrial 25
102,806
+1.7%
Financial 15
15,897
+1.8%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE