Share

Umengameli waseNamibia unxusa amaqembu ezepolitiki

Windhoek - UMengameli waseNamibia uHifikepunye Pohamba usenxuse wonke amaqembu ezepolitiki ukuba akhankase ngokuthula njengoba kuza ukhetho kuleli lizwe ngoNovemba.

Ngokubika kwezindaba ze-SABC uMengameli uPohamba ukusho lokhu ngesikhathi kungcwatshwa amathambo amaqhawe ayisikhombisa ayelwela umzabalazo eNamibia eHeroes Acre ngaphandle kwaseWindhoek.

Uqhubeka wathi isikhathi sokhetho sibalulekile kubantu abaphila eNamibia ngoba yilapho besuke bekhetha uhulumeni waba kanye nalabo abazobamela ePhalamende.

Ekhuluma kulo mngcwabo uPohamba uthe ziningi ezinye izingqalabutho ezisagcwele emathuneni angabhaliwe emazweni ahlukene lapho babelwela khona umzabalazo.

Uthe kuseyinkinga ukugcwatshwa kabusha kwamaqhawe aseNamibia njengoba amanye engaziwa nokuthi angcwatswa kuliphi ilizwe.

“Maningi amaqhawe ethu ashonela emazweni afana noBotswana, Angola, Zambia namanye,” kusho uPohamba kulo mngcwabo obuhanjelwe yisikhulu nemindeni alamaqhawe.


    - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

      - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Should the Proteas pick Faf du Plessis for the T20 World Cup in West Indies and the United States in June?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Yes! Faf still has a lot to give ...
67% - 946 votes
No! It's time to move on ...
33% - 464 votes
Vote
Rand - Dollar
18.80
+1.1%
Rand - Pound
23.49
+1.3%
Rand - Euro
20.10
+1.5%
Rand - Aus dollar
12.28
+1.0%
Rand - Yen
0.12
+2.8%
Platinum
923.40
-0.2%
Palladium
957.50
-3.3%
Gold
2,336.75
+0.2%
Silver
27.20
-0.9%
Brent Crude
89.01
+1.1%
Top 40
69,358
+1.3%
All Share
75,371
+1.4%
Resource 10
62,363
+0.4%
Industrial 25
103,903
+1.3%
Financial 15
16,161
+2.2%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE