Share

Umfundisi ubanjwe oqotsheni ezitika ngoshadile

Harare – Umfundisi webandla lamaMethodist eZimbabwe ubanjwe oqotsheni ezitika ngocansi nowesifazane oshade nephoyisa emotweni. 

Ngokubika kwe-MyZimbabwe lo mfundisi oshadile naye ubanjwe ngoMsombuluko ntambama nalona wesifazane onezingane ezimbili.

Le nceku kaNkulunkulu uMfundisi Nobert Chevese waseMabvuku ubanjwe esazithokozisa noFortunate Safuri endaweni okupaka kuyo izimoto eBeatrice.

Imithombo iveze ukuthi laba bapake buqamama endaweni ecashile yokupaka izimoto.

OLUNYE UDABA: Uzilengisile umfundisi owavuma elokudlwengula

Kubikwa ukuthi ngemuva kokuba abantu bebone le moto inyakaza bathintane namaphayisa afike ngokushesha.

Umbiko uveza ukuthi amaphoyisa ngesikhathi esondela kule moto azithele kumfundisi noFortunate bejuluke bemanzi emotweni bezitika ngenkonzo yabashadile.

Laba babe sebebanjwa baboshwa bathweswa icala lokungaziphathi kahle emphakathini base beyadedelwa ngenhlawulo.

    - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 

      - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Do you think Minister Blade Nzimande made the right call to dissolve the NSFAS board?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Yes, NSFAS mismanagement is costing students
26% - 41 votes
No, it's suspicious given that he's implicated
74% - 116 votes
Vote
Rand - Dollar
19.02
-0.2%
Rand - Pound
23.66
-0.2%
Rand - Euro
20.19
-0.2%
Rand - Aus dollar
12.22
+0.0%
Rand - Yen
0.12
-0.2%
Platinum
982.70
+0.6%
Palladium
1,034.50
-1.5%
Gold
2,386.83
+0.1%
Silver
28.81
-0.2%
Brent Crude
90.10
-0.4%
Top 40
68,349
0.0%
All Share
74,519
0.0%
Resource 10
63,879
0.0%
Industrial 25
100,148
0.0%
Financial 15
15,828
0.0%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE