Share

Umkhuhlane ubulale 9 eBenin

Cotonou – UMnyango wezeMpilo eBenin uthi kushone abantu abayisishiyagalolunye ngemuva kokuhlaselwa ngumkhuhlane iLassa Fever, nokuyigciwane elejwayelekile eNtshonalanga ne-Afrika.

Kuthiwa lo mkhuhlane unezimpawu ezifana nse neze-Ebola.

Ukubheduka kwe-Ebola kumise kabi amazwe amathathu eNtshonalanga ne-Afrika, kanti zikhona nezinye izigameko ezibikwa kwamanye amazwe.

UNgqongqoshe wezeMpilo eBenin uDorothee Kinde Gazard utshele izintatheli ngoLwesibili wathi ukuhlolwa kwabasuleleke ngalo mkhuhlane kutshengisa ukuthi abanayo i-Ebola.

OLUNYE UDABA: IMali izama ukulwisana ne-Ebola

Abashonile ngabaseTanguieta, okuyidolobha elingamakhilomitha angu-600 ukusuka enhlokodolobha.

Zingu-15 izigameko zeLassa Fever esezibikiwe.

Kuthiwa zingu-100 000 kuya ku-300 000 izigameko zalo mkhuhlane ezibikwa eNtshonalanga ne-Afrika minyaka yonke, kanti zibulala abantu abalinganiselwa ku-5 000.

ILassa Virus itholakala emagundaneni bese idluliseleka ebantwini abathinte umchamo noma indle yawo.



 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Should the Proteas pick Faf du Plessis for the T20 World Cup in West Indies and the United States in June?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Yes! Faf still has a lot to give ...
67% - 970 votes
No! It's time to move on ...
33% - 470 votes
Vote
Rand - Dollar
18.76
+1.4%
Rand - Pound
23.43
+0.3%
Rand - Euro
20.08
+0.2%
Rand - Aus dollar
12.25
+0.3%
Rand - Yen
0.12
+0.2%
Platinum
924.10
-0.0%
Palladium
959.00
+0.1%
Gold
2,337.68
0.0%
Silver
27.19
-0.0%
Brent Crude
89.50
+0.6%
Top 40
69,358
+1.3%
All Share
75,371
+1.4%
Resource 10
62,363
+0.4%
Industrial 25
103,903
+1.3%
Financial 15
16,161
+2.2%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE