Share

Umphrofethi usolwa ngokudlwengula ivolontiya

Harare - Owesilisa ozibiza ngomphrofethi nohola ibandla usolwa ngokudlwengula owesifazane oyilungu lebandla lakhe ngesikhathi kuqhubeka umkhuleko ehlane, eZimbabwe.

UMaphio Mateyo waseGuni Village, eTokwe Murkosi, uvele eNkantolo yeMantshi yaseGweru, ngaphambi kweMantshi uFlorence Nago ngecala lokudlwengula.

UMateyo ulivumile icala kanti inkantolo inqume ukuthi uzohlala ejele kuze kube uphinde uyavela ngo-Agasti 5, kusho umbiko we-myzimbabwe.

Kuthiwa ummangali wayekhuleka ehlane noMateyo ngoMeyi 27, eChirumanzu.

UMateyo kusolakala ukuthi watshela isisulu ukuthi ubona esibonakalisweni kuthiwa sinenkinga yesisu.

Kuthiwa wabe esethatha amafutha wawakhulekela wase ekhulekela lesi sisulu ezenza ovukwe umoya.

Kuthiwa wavula uziphu webhulukwe wagcoba isitho sakhe sangasese ngamafutha wase eyalela isisulu ukuba silale phansi ukuze afake ubuntu bakhe kusona ngaleyo ndlela bese siyelapheka.


 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Now that e-tolls gantries have been switched off, will you be settling your outstanding debt?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
No way, they're not getting a cent from me
88% - 1955 votes
Yes, I guess it's the right thing to do
4% - 80 votes
Mmh, I'm watching legal cases and playing it by ear
8% - 189 votes
Vote
Rand - Dollar
18.96
+0.3%
Rand - Pound
23.67
+0.1%
Rand - Euro
20.26
+0.2%
Rand - Aus dollar
12.23
+0.1%
Rand - Yen
0.12
+0.1%
Platinum
952.50
-0.0%
Palladium
1,044.50
+0.9%
Gold
2,378.05
+0.7%
Silver
28.53
+1.1%
Brent Crude
87.29
-3.1%
Top 40
66,899
0.0%
All Share
72,995
0.0%
Resource 10
63,378
0.0%
Industrial 25
97,824
0.0%
Financial 15
15,384
0.0%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE