Share

Ungaphansi kwengcindezi u-TB Joshua - Umbiko

Lagos – Umfundisi odumile waseNigeria ungaphansi kwengcindezi yokuthi asebenzisane neziphathimandla kulandela ukubhidlika kwebhilidi elibulalel okungenani abantu abangu-67.

U-TB Joshua nabambisene nabo eSynagogue Church of All Nations bagcine behlulekile ukuveza ulwazi oluthile njengoba kuqhubeka uphenyo, kusho uhulumeni waseLagos nabezimo eziphuthumayo.

UMengameli waseNingizimu Afrika uJacob Zuma umemezele ngoLwesibili ukuthi kushone abantu abangu-67 bezwe lakhe ngesikhathi kudilika ibhilidi ngoLwesihlanu.

OLUNYE UDABA: Umphrofethi usola esemfene ngokudilika kwesonto

Inxusa lasePitoli e-Abuja likhale ngokuthi abaphenyi bazithola besebunzimeni uma bezama ukuthola ulwazi ngokwenzekile.

Abatakuli basaqhubeka nokuklama imfucuza babheke okungenzeka ukuthi basindile.

"Ibandla alifuni ukusebenzisana nabosizo lokuqala," kusho okhulumela iNational Emergency Management Authority (NEMA) u-Ibrahim Farinloye.



 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Do you think corruption-accused National Assembly Speaker Nosiviwe Mapisa-Nqakula will survive a motion of no confidence against her?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
No, her days are numbered
41% - 496 votes
Yes, the ANC caucus will protect her
59% - 702 votes
Vote
Rand - Dollar
18.92
+0.1%
Rand - Pound
23.88
+0.1%
Rand - Euro
20.38
+0.2%
Rand - Aus dollar
12.32
+0.2%
Rand - Yen
0.13
+0.1%
Platinum
908.05
0.0%
Palladium
1,014.94
0.0%
Gold
2,232.75
-0.0%
Silver
24.95
-0.1%
Brent-ruolie
87.00
+1.8%
Top 40
68,346
0.0%
All Share
74,536
0.0%
Resource 10
57,251
0.0%
Industrial 25
103,936
0.0%
Financial 15
16,502
0.0%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE