Share

Usale emabokoboko oficwe umyeni wakhe efaka i-makeup

Harare – Kuthiwa yadinwa yathelwa ngamanzi indoda yaseZimbabwe eyabona umkayo efaka iziphaqulo ebusweni ezilungiselela ukuya emshadweni kamngani wakhe.

USiphephile Ndlovu, 35, wakwaBulawayo, utshele inkantolo  ukuthi umyeni wakhe uSikhumbuzo Ndlovu, wamshiya emabokoboko ngesikhathi emfica eziphaqula, kubika iBulawayo24.

USikhumbuzo kuthiwa akayifuni nokuyibona indaba yokuzipenda ubuso.

OLUNYE UDABA: Usale emabokoboko ofike engafani nakwi-PP

"Akafuni ngizicwale ebusweni. Kwasuka esinamathambo ngizilungisa ngiya emshadweni,” kusho uSiphesihle.

Uthi ngo-2013 walimala kabi ngesikhathi ebaleka imoto ihamba ngoba ebalekela umyeni wakhe ukuthi angamshayi.

USiphephile ukhale ngokuthi akukho ukuthula emzini wabo futhi umyeni wakhe wedelela ngisho izihlobo zakhe.

We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Do you think corruption-accused National Assembly Speaker Nosiviwe Mapisa-Nqakula will survive a motion of no confidence against her?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
No, her days are numbered
40% - 127 votes
Yes, the ANC caucus will protect her
60% - 188 votes
Vote
Rand - Dollar
19.02
-0.6%
Rand - Pound
24.00
-0.4%
Rand - Euro
20.52
-0.3%
Rand - Aus dollar
12.35
+0.0%
Rand - Yen
0.13
-0.6%
Platinum
900.40
+0.4%
Palladium
998.40
-0.3%
Gold
2,212.97
+0.8%
Silver
24.70
+0.2%
Brent Crude
86.09
-0.2%
Top 40
68,068
+0.6%
All Share
74,264
+0.5%
Resource 10
56,909
+2.2%
Industrial 25
103,553
+0.3%
Financial 15
16,463
-0.4%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE