Share

Usecabanga ukuzibulala oshadelwe owaseZimbabwe

Pretoria - Ngesikhathi u-Alfred ehlangana nentombi yaseZimbabwe wayecabanga ukuthi konke kuzohamba kahle.

Kodwa ngemuva kokuba babophe ifindo lomshando ngo-2007, izinto zaqala ukubheda.

U-Alfred Manyama ,49, waseMogogelo Village eHammaskraal, eTshwane usebona ukuthi sengathi wazifaka esihogweni ngemuva kokuba unkosikazi wakhe emthele ngamanzi abilayo ngoLwesibili.

Funda nalolu daba: Uvela enkantolo osolwa ngokunukubeza amabhungu.

"Sibe nengxabano kodwa bengingacabangi ukuthi angase angilimaze kanjena. Angisakwazi nokulala manje, kuthi angizibulale ngoba akekho umuntu engimethembayo,” usho kanje.

Ngesikhathi kufonelwa uShorai, okungunkosikazi wakhe, uthe akakakulungeli ukukhuluma nabezindaba ngezinkinga zomndeni wakhe.




 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24). 


We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Should the Proteas pick Faf du Plessis for the T20 World Cup in West Indies and the United States in June?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Yes! Faf still has a lot to give ...
67% - 860 votes
No! It's time to move on ...
33% - 421 votes
Vote
Rand - Dollar
18.87
+0.8%
Rand - Pound
23.61
+0.8%
Rand - Euro
20.22
+0.9%
Rand - Aus dollar
12.33
+0.6%
Rand - Yen
0.12
+1.5%
Platinum
923.20
-0.3%
Palladium
969.50
-2.1%
Gold
2,344.93
+0.5%
Silver
27.57
+0.5%
Brent Crude
89.01
+1.1%
Top 40
69,189
+1.1%
All Share
75,121
+1.1%
Resource 10
62,902
+1.3%
Industrial 25
103,489
+0.9%
Financial 15
15,994
+1.2%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE