Share

Uthisha ezinsolweni zokugwaza umfundi ngepensela

Bulawayo - Kuthiwa kuyisimangaliso ukuthi usaphila umfana ohlale izinyanga ezimbili esibhedlela nesinqundu sepensela agwazwa ngalo uthisha ekhanda eHugh Beadle Primary, kwaBulawayo.

Kuthiwa lesi sigameko senzeke phambi kwabanye abafundi ngomhlaka-12 Mashi ngesikhathi uthisha uSibongile Nyathi egwaza le ngane, 6, kubika iBulawayo24.

Kuthiwa wayeyithethisela ukuhluleka ukusebenzisa iminwe uhlukanisa amagama uma ibhala.

OLUNYE UDABA: Uthisha wesifazane uvume elokulala nomfundi

Odokotela ezibhedlela i-United Bulawayo Hospitals neMpilo Central Hospital bahluleka ukubona ukuthi leli peni laphukela ngaphakathi ekhanda lengane, kwaze kwaba liyaziphumela ngemuva kwezinyanga ezimbili.

UNyathi uzovela enkantolo ebhekene namacala okubalwa kuwo isihluku, udlame olubhekiswe ezinganeni kanye nokuzama ukubulala.

We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Can radio hosts and media personalities be apolitical?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Yes, impartiality is key for public trust
31% - 489 votes
No, let's be real, we all have inherent biases
69% - 1082 votes
Vote
Rand - Dollar
19.29
-0.7%
Rand - Pound
23.87
-1.1%
Rand - Euro
20.58
-1.2%
Rand - Aus dollar
12.38
-1.1%
Rand - Yen
0.12
-1.2%
Platinum
943.50
+0.0%
Palladium
1,034.50
-0.1%
Gold
2,391.84
+0.0%
Silver
28.68
+0.0%
Brent-ruolie
87.29
+0.2%
Top 40
67,314
+0.2%
All Share
73,364
+0.1%
Resource 10
63,285
-0.0%
Industrial 25
98,701
+0.3%
Financial 15
15,499
+0.1%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE