Share

Uvele enkantolo obanjwe enza ucansi emsebenzini

Bulawayo - Uvele enkantolo owesifazane waseCowdray Park ngemuva kokubanjwa oqotsheni enza ucansi phezu kwengubo yokulala entsha sha eyabiza imali engango-R603 yomphathi wakhe.

UViolet Hover owayesiza endlini kubikwa ukuthi wafakwa owayengumphathi wakhe, uJessica Dube,  enkantolo yezombango ngoba efuna uHover akhokhe imali yengubo yokulala.

UDube watshela imantshi uVoctor Mpofu wathi: "Nkosi yenkantolo ngifuna uHover akhokhe imali engango-R603 kablankethi awusebenzisa emzini wami elele nesoka lakhe.

"Lesi sigameko senzeka ngoMashi ngesikhathi ngifika endlini engangilindele ngezithuba zabo-16:00 belele egumbini lengane yami bagxuma bagqoka ngokushesha baphuma ngesamagundane.

OLUNYE UDABA:Umfundisi ubanjwe oqotsheni ezitika ngoshadile

"Akaphindanga wabuya emzini wami, kanti futhi ngasengimnikile iholo lakhe elingu-R964.

"Washiya ngisho nezimpahla zakhe emzini wami ngazama ukuxhumana naye ukuze athathe le ngubo yokulala ngoba angeke ngize ngiyidayisele omunye umuntu," kusho uDube.

UHover ube esezivumela ngokwakhe ukuthi wayisebenzisa le ngubo yokulala wathi imali uzoyikhokha uma esehola etohweni lakhe elisha, kubina iBulawayo24.

UDube yena wathi uzobamba izimpahla zikaHover ezasala kwakhe kuze kube uyakhokha.

MIantshi yabe isiyalela uHover ukuba akhokhe le mali ekupheleni kukaJuni.

 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Should the Proteas pick Faf du Plessis for the T20 World Cup in West Indies and the United States in June?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Yes! Faf still has a lot to give ...
66% - 546 votes
No! It's time to move on ...
34% - 286 votes
Vote
Rand - Dollar
19.03
-0.1%
Rand - Pound
23.81
-0.0%
Rand - Euro
20.40
+0.0%
Rand - Aus dollar
12.43
-0.2%
Rand - Yen
0.12
+0.2%
Platinum
931.40
+0.6%
Palladium
995.00
+0.5%
Gold
2,335.66
+0.1%
Silver
27.58
+0.5%
Brent Crude
89.01
+1.1%
Top 40
68,437
0.0%
All Share
74,329
0.0%
Resource 10
62,119
0.0%
Industrial 25
102,531
0.0%
Financial 15
15,802
0.0%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE