Share

Uveze i-payslip okungeyona eyakhe ebalekela ukondla

Johannesburg - Indoda yaseHarare uLeonard Shumbaiwa ikhiphe ipayslip okungesiyo enkantolo ukuze ikhiphe imali yesondlo encane.

UShumbaiwa uthe uhola imali elinganiselwe kwengu-R8 870 ngemuva kokuba owayengumkakhe uNyaradzo Mahembe ufuna imali elinganiselwe ku-R19 008,45 njalo ngenyanga wezingane zabo ezine.

UMhembe uveze ipayslip  engungqo etshengisa ukuthi  uShumbaiwa uhola imali elinagniselwe ku-R 22 696,09 ngenyanga enkantolo.

“Le akusiyo ipayslip yakhe yangempela, nansi payslip engiyinikwe emsebenzi wekhe," kusho Mahembe.

Funda nalolu daba: Ngibonga ugogo - Malema

Abaphathi bakhe badinwe bagane unwabu ngaye mayelana nepaysli ayivezele inkantolo, usazoqndiswa izigwegwe emsbenzininje, kusho uShumbaiwa.

"Izingane zakhe kufanele ziphile impilo engcono, akazikhokheli nasesikoleni.”

Ezithethelela uMahembe ukuvumile ukuqamba amanga ngepayslip, kubika iBulawayo24.

“Lo muntu wesifazane wafaka isehlukaniso, wangishiya ngingenalutho," wathatha indlu, izimoto nayo yonke impahla.

IMansthi yenkantolo uGamuchirai Siwardi uvune uShumbaiwa wathi akanikwe imali yesondlo elinganiselwe ku-R 7096,49 njalo ngenyanga.

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24). 

We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Can radio hosts and media personalities be apolitical?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Yes, impartiality is key for public trust
32% - 419 votes
No, let's be real, we all have inherent biases
68% - 883 votes
Vote
Rand - Dollar
19.07
+0.5%
Rand - Pound
23.60
+1.0%
Rand - Euro
20.32
+0.3%
Rand - Aus dollar
12.24
+0.5%
Rand - Yen
0.12
+0.4%
Platinum
943.20
-0.8%
Palladium
1,035.50
+0.6%
Gold
2,388.72
+0.4%
Silver
28.63
+1.4%
Brent Crude
87.11
-0.2%
Top 40
67,314
+0.2%
All Share
73,364
+0.1%
Resource 10
63,285
-0.0%
Industrial 25
98,701
+0.3%
Financial 15
15,499
+0.1%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE