Lokhu kuvele ngemuva kokuthi ubaba wale ngane, owayeshade nomama wayo, emyise enkantolo, kubika i-myzimbabwe.
Ubaba wale ngane, uNaison Haruzivishe, uthi imigilingwane egilwa yindodakazi yakhe, 8, yaqala ngemuva kokuthi ibone umama wayo, uVimbayi Dengeza, ezitika ngocansi nesoka lakhe.
OLUNYE UDABA: Lunendawo yalo ucansi - Umbono
UHaruzivishe uthi ingane yakhe imbuza zonke izinsuku ukuthi kwenzeka kanjani ukuthi yona ibe nobaba ababili.
UHaruzivishe ufuna uDengeza amnxephezele ngezindodla ngoba uthi umshado wabo wafadalala ngenxa yokuqoma kukaDengeza.
- “Like”
ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho