Share

Uzogcotshwa izwe libhekene nezinkinga owaseNigeria

Lagos – Kulindeleke ukuthi agcotshwe ngokusemthethweni uMengameli omusha waseNigeria uMuhammadu Buhari kuleli sonto njengoba leli lizwe libheke nesimo esinzima emnothweni.  

Iqembu likaBuhari i-All Progressive Congress (APC) lasola obenguMengameli uGoodluck Jonathan ngokuphisana ngezwe esikhathi esinzima ngemuva kokuba iNigeria yathola ukuzimela eminyakeni engu-55 eyadlula.  

“Isimo sikagesi kuleli lizwe sisesimeni esibucayi, uyashodsa uphethiloli kanti nezisebenzi zisatelekile.

Leli lizwe lisobishini ngezikweletu njengoba zibalelwa ku-$60 billion izindleko ezibhekene neNigeria,” kusho okhulumela i-APC uLai Mohammed.

Kodwa abantu baseNigeria banethemba lokuthi uBuhari uzokwazi ukuguqula isimo.

OLUNYE UDABA: Uthole ibheyili oshaye umfundisi emngcwabeni

UBuhari unogazi kubantu baseNigeria njengoba nguyena owayehola umbutho wamasosha ngeminyaka yama-80.

“Akusiyo imfihlo ukuthi uhulumeni kaJonathan walifaka ehlathini leli lizwe,” kusho usomabhizinisi uMulikat Bello.

“Siyazi ukuthi uBuhari angalenza ushintsho.

Useke walenza phambilini namanje siyamethemba,” kuqhuba lo somabhizinisi.

      - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 

        - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Do airplane mishaps have any effect on which airline you book your flights with?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
No, these things happen. I pick based on price
49% - 784 votes
Yes, my safety matters. I don't take any chances
51% - 826 votes
Vote
Rand - Dollar
19.15
-0.2%
Rand - Pound
23.81
-0.1%
Rand - Euro
20.46
-0.0%
Rand - Aus dollar
12.46
-0.5%
Rand - Yen
0.12
-0.1%
Platinum
925.50
+0.6%
Palladium
1,025.50
-0.1%
Gold
2,318.66
-0.2%
Silver
27.22
-0.3%
Brent-ruolie
88.42
+1.6%
Top 40
68,539
+0.7%
All Share
74,515
+0.7%
Resource 10
59,966
+0.6%
Industrial 25
103,912
+1.1%
Financial 15
15,942
+0.3%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE