Abuja - Izohlala ejele isikhathi esingunyaka indoda yase-Abuja, ebanjwe izitika ngocansi nembuzi, kusho abezindaba ze
NewsDay.
USani Abdul, 20, ongumthungi, wabanjwa ngumakhelwane ezivalele ethoyilethe enza ucansi nembuzi, kusho umshushisi u-Ocheche Samuel, etshela inkantolo.
Ngaphansi kukaSection 284 weNigerian Criminal Code, kuyicala ukulala nesilwane eNigeria.
Ngemuva kokubanjwa, u-Abdul wazama ukubaleka nokho umphakathi wambamba wamdlulisela emaphoyiseni.
IJaji u-Adamu Wakili, umnike inhlawulo ka-N15 000, noma izinyanga ezingu-12 ebhadla ejele.
– "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.
– Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).
We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.