Share

BUKA: Amaphoyisa eshaya owesilisa emgwaqeni

Harare – Sekuvele i-video ezinkundleni zokuxhumana amaphoyisa abonakala eshaya owesilisa eceleni komgwaqo omatasa.

Kwi-video, eqoshwe ngumshayeli, kubonakala owesilisa ehudulelwa eceleni komgwaqo ngamaphoyisa amabili.

Elinye lamaphoyisa likhahlela owesilisa emaqakaleni, kungathi lizama ukumwisela phansi, liphinde limshaye ngesibhakela ekhanda ngesikhathi abanye ozakwabo bemdonsa.

OLUNYE UDABA: Umfundisi ubulale onqabe ukuba benze ucansi

Amaphoyisa amabili abephethe amabhuku okubukeka sengathi ngawamathikithi anikezwa izephula mthetho emgwaqeni.

Lona wesilisa ubonakala ehluleka ngisho ukuvika.

Akucaci ukuthi lesi sigameko senzeke kuyiphi indawo, kodwa isicasule abantu abaningi ezinkundleni zokuxhumana.

Buka i-video ngezansi:

We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Do airplane mishaps have any effect on which airline you book your flights with?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
No, these things happen. I pick based on price
49% - 496 votes
Yes, my safety matters. I don't take any chances
51% - 523 votes
Vote
Rand - Dollar
19.11
+0.4%
Rand - Pound
23.80
-0.4%
Rand - Euro
20.46
-0.0%
Rand - Aus dollar
12.40
-0.2%
Rand - Yen
0.12
+0.4%
Platinum
920.40
-1.1%
Palladium
1,026.50
+1.1%
Gold
2,322.61
-0.2%
Silver
27.34
+0.6%
Brent Crude
87.00
-0.3%
Top 40
68,051
+0.8%
All Share
74,011
+0.6%
Resource 10
59,613
-2.2%
Industrial 25
102,806
+1.7%
Financial 15
15,897
+1.8%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE