Share

Ithi isifuna ukuhlala nentombi exosha umkayo

Harare - Indoda yaseHarare ixoshe umkayo emzini wabo ngoba ifuna kungene intombi yayo, lokhu kulalelwe enkantolo.

UDelecate Chapfudze utshele umkakhe uPamela Mukombe ukuthi akasamdingi futhi ufuna aphume aphele emzini wabo ngoba esefuna ukuhlala nentombi yakhe.

UMukombe obefuna incwadi yokuzivikela kuChapfudze ucele imanthsi ukuba inqande umyeni wakhe kulokho afuna ukukwenza ngoba akanayo enye indawo yokuhlala.

OLUNYE UDABA: Owesifazaneushaye umngani 'ofensa' indoda yakhe

"Ungumyeni wami kodwa uyangixosha emzini wethu uthi ufuna ukuletha intombi yakhe," usho njalo.

UChapfudze akazange aziphike izinsolo  watshela inkantolo ukuthi uMukombe akafuni ukumdivosa yingakho emxosha emzini wabo.

Imantshi ibe isiyalela uChapfudze ukuba angamxoshi uMukombe emzini wabo kodwa amdivose kahle uma engasamthandi, kubika iBulawayo24.

 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter     





We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Can radio hosts and media personalities be apolitical?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Yes, impartiality is key for public trust
32% - 416 votes
No, let's be real, we all have inherent biases
68% - 872 votes
Vote
Rand - Dollar
19.07
+0.5%
Rand - Pound
23.60
+1.0%
Rand - Euro
20.32
+0.3%
Rand - Aus dollar
12.24
+0.5%
Rand - Yen
0.12
+0.4%
Platinum
943.20
-0.8%
Palladium
1,035.50
+0.6%
Gold
2,388.72
+0.4%
Silver
28.63
+1.4%
Brent-ruolie
87.11
-0.2%
Top 40
67,314
+0.2%
All Share
73,364
+0.1%
Resource 10
63,285
-0.0%
Industrial 25
98,701
+0.3%
Financial 15
15,499
+0.1%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE