Share

Sishonile isalukazi esidlonye ubhiya singadlile

Libreville – Owesifazane, 75, waseMalawi ushonile ngemuva kokuphuza ubhiya umningi kakhulu kanti akadlile, kusho umbiko weNyasa Times.

Lesi salukazi, esinguMalita Joseph, sitholakale sishonile ngasemzini waso ngemuva kokudlula kwezinsuku ezintathu singabuyeli ekhaya kulandela ukuyophuza ejoyintini lendawo.

Amaphoyisa aqinisekisile ukuthi isidumbu sikaJoseph sitholakale ngemuva kwezinsuku ezintathu.

OLUNYE UDABA: Bavumeleni abantwana babuzwe utshwala - Umfundisi

Athi ukuhlolwa kwesidumbu kuveze ukuthi sibulawe ukuphuza ngokweqile sibe singadlile.

Odokotela bathi ukweqisa otshwaleni ngaphandle kokudla kungase kuholele ekufeni.

Ngokombiko weHealth24, ucwaningo lutshengisa ukuthi utshwala buyingozi kakhulu kubantu asebebadala ngokweminyaka.

We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Do airplane mishaps have any effect on which airline you book your flights with?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
No, these things happen. I pick based on price
52% - 275 votes
Yes, my safety matters. I don't take any chances
48% - 256 votes
Vote
Rand - Dollar
19.24
-0.2%
Rand - Pound
23.86
-0.7%
Rand - Euro
20.53
-0.4%
Rand - Aus dollar
12.41
-0.3%
Rand - Yen
0.12
-0.2%
Platinum
916.30
-1.6%
Palladium
1,002.50
-1.3%
Gold
2,302.27
-1.1%
Silver
26.95
-0.9%
Brent Crude
87.00
-0.3%
Top 40
67,762
+0.4%
All Share
73,709
+0.2%
Resource 10
59,132
-3.0%
Industrial 25
102,584
+1.5%
Financial 15
15,820
+1.3%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE