Harare - Usobishini owesifazane okuvele ukuthi ubelala nomfan aoneminyaka engu-12 ubudala, amphiwa ngumyeni wakhe.
Ngokombiko weWorld Wide Weird News, owesifazane ongaziwa, odabuka ezweni laseZimbabwe, uboshiwe ngemuva kokutholakla ukuthi ubelala nomfana omncane.
Ngemuva kokuphekwa ngemibuzo, owesifazane kuthiwa uthe umyeni wakhe wamshiyela lo mfana wathi kuzomele azithokozise ngaye uma yena engekho.
Funda nalolu daba: Siyanda isibalo samalungu e-ANC abulawayo
Ngokusho komsolwa, yena ubelandela imiyalelo yomyeni wakhe, kubika iThe Chronicle.
Ngesikhathi kwehliswa isigwebo, ijaji lithe lona wesifazane walutha umfana ukuba enze ucansi naye.
Ugwetshwe izinyanga eziyisithupha ebhadla ejele.
– "Like"
ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.