Share

Zimkhalele othumbe intombi ebisanda kumqoma

Bulawayo – Owesilisa wakwaBulawayo, eZimbabwe, ukhalelwe ngamasongo kaSigonyela ngezinsolo zokuthumba intombi yakhe wase esabisa ngokuyibulala ngommese.

UPrince Gwekwerere, 28, uvele enkantolo ebhekene necala lokuthumba uSibongile Ndlovu.

Ulivumile icala, lase lihlehliselwa umhlaka-27 Novemba, kubika iBulawayo24.

UGwekwerere, owaqamba amanga emaphoyiseni wathi uyisosha eliqashwe ngaphansi kweZimbabwe National Army, uthi baxabana noNdlovu wase ekhetha ukumthumba.

OLUNYE UDABA: Ligwetshiwe iphoyisa elabulala intombi libukhile

"USibongile besijola naye ngaphambi kokuthi ngiboshwe. Ubudlelwano bethu baphela ngesikhathi sengiboshwa. Saxabana, okuyiyona into eyenza ukuthi ngenze le nto engayenza,” esho.

"Kwadingeka ukuthi ngiqambe amanga emaphoyiseni ngenxa yesihluku ayengiphethe ngaso.”

UNdlovu uthi kwakusaphele izinsuku ezinhlanu kuphela eqome uGwekwerere.

We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Do you think corruption-accused National Assembly Speaker Nosiviwe Mapisa-Nqakula will survive a motion of no confidence against her?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
No, her days are numbered
40% - 151 votes
Yes, the ANC caucus will protect her
60% - 228 votes
Vote
Rand - Dollar
19.02
-0.6%
Rand - Pound
24.01
-0.5%
Rand - Euro
20.52
-0.3%
Rand - Aus dollar
12.35
+0.0%
Rand - Yen
0.13
-0.6%
Platinum
900.40
+0.4%
Palladium
998.40
-0.3%
Gold
2,211.77
+0.8%
Silver
24.64
-0.0%
Brent Crude
86.09
-0.2%
Top 40
68,114
+0.6%
All Share
74,310
+0.5%
Resource 10
56,946
+2.3%
Industrial 25
103,653
+0.4%
Financial 15
16,467
-0.3%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE