Share

Abakwa-Absa bazokhokha ngomonakalo wokuzamazama

Johannesburg – U-Absa uthole izicelo ezingaphezulu kuka-1 000 zabantu abafuna ukukhokhelwa ngomonakalo owadalwa ukuzamazama komhlaba okwaba ngu-5.5 magnitude okwahlasela esifundazweni saseNorth West futhi bathi bazokhokha.

"Umgomo i-Absa Home Owners Policy uyabhekana nomonakalo odalwe ukuzamazama komhlaba ngisho noma kwenziwe yimayini,” kusho okhulumela inkampani uDante Mashile.

"Sithole izicelo ezilinganiselwa kwezingu-1 100 ngomonakalo owadaleka ngo-Agasti 5 kanti kumanje silinde kuphothulwe umbiko omayelana nokuthi mkhulu kangakanani umonakalo,” usho kanje.

Lezi zindaba zize ngemuva kocwaningo olwenziwa yi-Justmoney, olwaveza ukuthi zilinganiselwa kwezinhlanu izinkampani ezihlinzeka ngomshwalense ezithi ngeke ziwukhokhele umonakalo owadalwa ukuzamazama komhlaba uma kutholakala ukuthi imbangela yakho kwaba yizimayini.

Izinkampani ezinhlanu ezadalulwa wucwaningo kwakungamabhange amathathu, iStandard Bank, Absa neNedbank – bese kuba yizinkampni ezimbili ezihlinzeka ngemishwalense kuphela, i-MUA ne-Addsure.

UMashile uthe ucwaningo lwalungelona iqiniso ngoba ibhange lizowakhokhela amakhasimende alo.





 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24). 

We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
How often do you go to the cinema to watch new movies?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Often - nothing beats the big screen
2% - 28 votes
Hardly - I prefer streaming online
66% - 737 votes
Sometimes - it depends on the film release
32% - 356 votes
Vote
Rand - Dollar
19.15
-0.7%
Rand - Pound
23.82
-0.6%
Rand - Euro
20.39
-0.5%
Rand - Aus dollar
12.30
-0.5%
Rand - Yen
0.12
-0.6%
Platinum
950.40
-0.3%
Palladium
1,028.50
-0.6%
Gold
2,378.37
+0.7%
Silver
28.25
+0.1%
Brent Crude
87.29
-3.1%
Top 40
67,190
+0.4%
All Share
73,271
+0.4%
Resource 10
63,297
-0.1%
Industrial 25
98,419
+0.6%
Financial 15
15,480
+0.6%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE