Johannesburg - Inkampani ephehla iphinde iphakele iNingizimu Afrika ngogesi, u-Eskom, ithi njengoba elakuleli lungiselela amaholide kumnandi kukuhle kunjeya, akukho ukucisha kukagesi okuzoba khona.
"Amathuba okucisha kukagesi mancane kakhulu namuhla noDisemba wonke njengoba izinto zime kanje," kusho abakwa-Eskom ngoLwesihlanu.
Okhulumela abakwa-Eskom u-Andrew Etzinger uthe izinto zithanda ukuqhuba kahle ngokukagesi.
OLUNYE UDABA: Mancane amathuba okucima kukagesi - Eskom
"Konke kume ngomumo ngaphandle uma kukhona okwenzekayo, kodwa wona ugesi ukahle," kusho u-Etzinger.
- “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho
- Landela IzindabaNews24 kuTwitter
We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.