Share

Aphezulu amathuba okucima kukagesi ebusuku

Cape Town – Inkampani ephehla ugesi kuleli u-Eskom isixwayise ngokuthi maningi amathuba okuhamba kukagesi ebusuku, kanti konke kuzoncika ekutheni ugesi uphehlwa ngendlela yini.

Ukucima kukagesi kulokhu kuqhubekile kusukela isonto liqalile.

Ukucima kukagesi kwasebusuku kuqala ngo-17:00 kuze kuphele ngabo-22:00 kulezi zinsuku ezintathu ezedlule.

OLUNYE UDABA: Luyaqhubeka uhlelo lokucima ugesi

Uma u-Eskom ugcine uwucimile ugesi ngoLwesine, kuzobe sekungusuku luka-12 ugesi ucima izinsuku zilandelana.

Isikhulu esiphezulu senkampani, uBrian Molefe, wethule inkulumo ePhalamende waveza ukuthi amakhasimende anelungelo lokuthi acasuke ngokucima kukagesi okuqhubeka ezweni.

Nokho wathi akumele kusolwe u-Eskom, ngoba uyazama ukukhiqiza ugesi ngokwamandla onawo.

We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Do airplane mishaps have any effect on which airline you book your flights with?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
No, these things happen. I pick based on price
48% - 1038 votes
Yes, my safety matters. I don't take any chances
52% - 1111 votes
Vote
Rand - Dollar
19.22
-0.1%
Rand - Pound
23.96
-0.1%
Rand - Euro
20.58
-0.1%
Rand - Aus dollar
12.50
-0.1%
Rand - Yen
0.12
+0.0%
Platinum
910.40
-0.2%
Palladium
998.50
-0.7%
Gold
2,313.99
-0.1%
Silver
27.09
-0.3%
Brent Crude
88.02
-0.5%
Top 40
68,573
+0.8%
All Share
74,514
+0.7%
Resource 10
60,444
+1.4%
Industrial 25
104,013
+1.2%
Financial 15
15,836
-0.4%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE