Share

Aselungisiwe amagenerator akwa-Eskom abenenkinga

Johannesburg – Aseyasebenza ama-generator amane abe nenkinga eziteshini zokuphehla amandla kagesi ezintathu ngokusho kwezikhulu ngoLwesithathu ekuseni.

“Njengoba sikhuluma sesikwazile ukuwabuyisela esimeni aseyasebenza futhi,” kusho ibamba lomkhulumeli wakwa-Eskom uKhulu Phasiwe.

“Lokhu kuchaza ukuthi konke ayisekho ingcindezi ebikhona,” esho. Kuzokhumbuleka ukuthi u-Eskom usanda kumemezela ukuthi ngeke ucishe ugesi kula maholidi.

Ukuhlangabezana nale nkinga yama-generator kususe itwetwe emphakathini kulandela ukusabela ukuba noKhisimusi omnyama.

OLUNYE UDABA: Angeke ucishe ugesi kuze kushaye uJanuwari - Eskom

NgoLwesibili la ma-generator amane ama ukusebenza ngenxa yezinkinga ezahlukene.

UPhasiwe uthe nakuba sebewabuyisele esimeni la magenerator kodwa ingcindezi kamandla kagesi  iseseszingeni eliphezulu.

Ekuqaleni kukaDecemba le nkampani yaqala uhlelo lokucima kukagesi olubizwa ngeloadshedding ezweni lonke.

Isikhulu esiphezulu kwa-Eskom uTshediso Motona wakuphika ukuthi le nkampani isenkingeni.

         - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 

              - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Can radio hosts and media personalities be apolitical?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Yes, impartiality is key for public trust
33% - 401 votes
No, let's be real, we all have inherent biases
67% - 830 votes
Vote
Rand - Dollar
19.11
+0.3%
Rand - Pound
23.67
+0.6%
Rand - Euro
20.35
+0.2%
Rand - Aus dollar
12.27
+0.2%
Rand - Yen
0.12
+0.2%
Platinum
943.00
-0.8%
Palladium
1,025.00
-0.4%
Gold
2,398.74
+0.8%
Silver
28.69
+1.6%
Brent-ruolie
87.11
-0.2%
Top 40
67,314
+0.2%
All Share
73,364
+0.1%
Resource 10
63,285
-0.0%
Industrial 25
98,701
+0.3%
Financial 15
15,499
+0.1%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE