Share

'Asiwafuni ama-etolls eSoweto'

Johannesburg -Ezinye zezisebenzi zikahulumeni ziphumele obala emhlanganweni womphakathi  ukuthi azihambisani nohlelo lwama-etolls.

Kubikwa ukuthi lokhu zikuveze ngoMsombuluko ngesikhathi kuqhubeka eminye yemihlangano yomphakathi edingida udaba lwalolu hlelo.

UMbuyisa Manana, osebenzela uhulumeni uthe kumele ngabe nguye okhuluma phambili ekhulumela umnyango kodwa ugqugquzela abantu ukuba bangawakhokheli ama-e-tolls.

"Kunogesi emgwaqweni kodwa awukho ebantwini abahlala emkhukhwini," usho njalo ekhuluma ngogesi okhanya kuwona ama-etolls.

OLUNYE UDABA: 'Akuphele ukukhuluma kukhokhelwe ama-e-tolls'

Ube eseqoka ukuba kube nemali engango-R120 okhokhelwa lama-e-tolls njalo ngonyaka .

Lo mhlangano ubusehholo lomphakathi wase-Orlando eSoweto.

Kube neziphakamiso eziningi kulo mhlangano ophele sekusele idlanzana labantu.

Abaphathi bomhlangano bagqugquzele ukuba kuqhutshekwe nokufaka iziphakamiso kuze kushaye u-Okthoba.


 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Do you think corruption-accused National Assembly Speaker Nosiviwe Mapisa-Nqakula will survive a motion of no confidence against her?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
No, her days are numbered
41% - 474 votes
Yes, the ANC caucus will protect her
59% - 680 votes
Vote
Rand - Dollar
18.94
-0.0%
Rand - Pound
23.91
-0.0%
Rand - Euro
20.41
+0.1%
Rand - Aus dollar
12.33
+0.1%
Rand - Yen
0.13
-0.0%
Platinum
908.05
+1.2%
Palladium
1,014.94
0.0%
Gold
2,232.75
-0.0%
Silver
24.95
-0.1%
Brent Crude
87.00
+1.8%
Top 40
68,346
0.0%
All Share
74,536
0.0%
Resource 10
57,251
0.0%
Industrial 25
103,936
0.0%
Financial 15
16,502
0.0%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE