Johannesburg - Ayeyuka amanani kaphethiloli, udizili, upharafini kanye nawe-gas ngesonto elizayo, kusho uMnyango wezaMandla ngoLwesihlanu.
Amani amasha azoqala ukusebenza ngoLwesithathu.
Uphethiloli uzokwenyuka ngo-96 cents ilitha, udizili ngo-74 cents, upharafini ngo-73 cents bese kuthi awe0-gas wona anyuke ngo-R1.54.