Share

Badla kahle abavukuzi be-platinum - Umbiko

Johannesburg - Isikhulu esiphezulu eLonmin uBen Magwara uthe abavukuzi embonini ye-platinum yiboba abahola kakhulu kuleli lizwe ngokomsebenzi abawenzayo uma kuqhathaniswa nabanye abavukuzi.

Empendulweni ebhalwe phansi yango-Ephreli 9 ebhekiswe ku-Association of Mineworkers and Construction Union (Amcu), uMagwara uthe inkampani isiza abasebenzi bayo ngezindlu, ezempilo kanye nangokuzisa abaphila nengculazi nesandulela sayo.

UMagwara uthe izinto abazibalule kakhulu encwadini, ezombusazwe kanye nezomnotho, okungezona izinto eziyingxenye yezingxoxo zamaholo.

Angaphezulu kuka-1 000 amalungu e-Amcu ayeke ukudla imishanguzo ye-HIV, ngokusho kwencwadi inkampani iLonmin eyithumelele inyunyana.

"Ngithanda ukunazisa ukuthi angaphezulu kuka-1 000 amalungu e-Amcu atelekile angakaze eze emitholampilo ukuzolanda ama-ARV.

Amalungu e-Amcu eLonmin, Impala nase-Anglo American Platinum (Amplats) eRustenburg, eNorth West naseNortham eLimpopo angenele isiteleka ngoJanuwari 23 efuna iholo lika-R12 500 ngenyanga.


 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Do airplane mishaps have any effect on which airline you book your flights with?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
No, these things happen. I pick based on price
50% - 104 votes
Yes, my safety matters. I don't take any chances
50% - 106 votes
Vote
Rand - Dollar
19.24
-0.3%
Rand - Pound
23.78
-0.3%
Rand - Euro
20.52
-0.3%
Rand - Aus dollar
12.41
-0.3%
Rand - Yen
0.12
-0.3%
Platinum
920.80
-1.1%
Palladium
1,004.50
-1.1%
Gold
2,298.45
-1.2%
Silver
26.79
-1.4%
Brent Crude
87.00
-0.3%
Top 40
67,701
+0.3%
All Share
73,653
+0.1%
Resource 10
58,931
-3.3%
Industrial 25
102,656
+1.6%
Financial 15
15,801
+1.2%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE