Share

'Bakhombisa intshisekelo osomabhizinisi bakuleli'

Cape Town – Osomabhizini baseNingizimu Afrika bakhombisa intshisekelo yokulangazelela ukuqala amabhizinisi amasha nakuba kubukeka umnotho ungahambi kahle emhlabeni. 

Ngokubika kwe-Fin24 kuthiwa lokhu kuvezwe wucwaningo olwenziweyinhlangano yosomabhizinisi ebizwa nge-Entrepreneurs Organisation (EO).

OLUNYE UDABA: 'Akusizwe osomabhizinisi baseNingizimu Afrika'

Kuthiwa kulolu cwaningo kuxhunywano nosomabhizini abangaphezulu kuka-5 500 emhlabeni jikelele abaqashe abantu abangaphezulu kuka-2million emazweni angu-40.

Kubikwa ukuthi u-30% wosomabhizinisi baseNingizimu Afrika nakuba beqagule ukuthi isimo sizabo nzima kulezi zinyanga eziyisithupha ezizayo kodwa bakulangazelele ukuqala amabhizinisi amasha.

Umbiko uveza ukuthi iningi losomabhizinisi bakuleli abakhombise intshisekelo yilabo abaqhamuka eWestern Cape.

    - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 

      - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Can radio hosts and media personalities be apolitical?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Yes, impartiality is key for public trust
33% - 364 votes
No, let's be real, we all have inherent biases
67% - 754 votes
Vote
Rand - Dollar
19.15
+0.0%
Rand - Pound
23.87
-0.2%
Rand - Euro
20.43
-0.2%
Rand - Aus dollar
12.30
+0.0%
Rand - Yen
0.12
-0.0%
Platinum
941.30
-1.0%
Palladium
1,025.00
-0.4%
Gold
2,380.85
+0.1%
Silver
28.34
+0.4%
Brent Crude
87.11
-0.2%
Top 40
66,936
-0.4%
All Share
72,968
-0.4%
Resource 10
62,929
-0.6%
Industrial 25
98,144
-0.3%
Financial 15
15,426
-0.4%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE