Share

Bangase baboshwe abaqamba amanga kuma-CV

Johannesburg - ISouthern African Fraud Prevention Service nezinye izinkampani ezihlola umlando wosuke efake isicelo somsebenzi, sezixwayise labo abaqamba amanga ngeziqu zabo uma befaka lezi zicelo.

UCarol Mcloughlin we-SAFPS uxwayise labo abafuna imisebenzi ukuthi kuyicala elibomvu ukufaka iziqu abangenazo uma benza ama-CV.

Abatholakala naleli cala bangase baphonswe ekhulukuthu.

Uthi ngonyaka odlule uwodwa, angu-1 751 amacala okukhwabanisa avulelwa abasebenzi.

UJenny Reid, noyisikhulu esiphezulu kwa-iFacts uthe ziningi kakhulu izigameko lapho abafaka izicelo zomsebenzi beqamba amanga ngeziqu abanazo kanye nokukokotelwa kweziqu.

Uthi lokhu kwenzeka kuhulumeni nasezinkampanini ezizimele.

"Iningi labantu abenza lokhu bavele bahleke uma sebebanjiwe bathi kube "yiphutha". Abantu kumele baqaphele ngoba lokho kungayisa ejele."



 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter
We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Can radio hosts and media personalities be apolitical?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Yes, impartiality is key for public trust
31% - 482 votes
No, let's be real, we all have inherent biases
69% - 1071 votes
Vote
Rand - Dollar
19.29
-0.7%
Rand - Pound
23.87
-1.1%
Rand - Euro
20.58
-1.2%
Rand - Aus dollar
12.38
-1.1%
Rand - Yen
0.12
-1.2%
Platinum
943.50
+0.0%
Palladium
1,034.50
-0.1%
Gold
2,391.84
+0.0%
Silver
28.68
+0.0%
Brent Crude
87.29
+0.2%
Top 40
67,314
+0.2%
All Share
73,364
+0.1%
Resource 10
63,285
-0.0%
Industrial 25
98,701
+0.3%
Financial 15
15,499
+0.1%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE