Share

Cosatu: Azishiwe izicwadi zezikweletu zama-e-toll

Johannesburg - Abashayeli baseGauteng kumele baqhubeke nokusebenzisa imigwaqo emikhulu ngaphandle kokukhokhela ama-e-toll, kusho iCongress of SA Trade Unions (Cosatu) ngoLwesine, kubike iSowetanlive.

"Sinxusa abantu bethu ukuba baluphonsele inselelo lolu hlelo kanti futhi nalabo abathola izincwadi zokuthi bayakweleta kumele bazishise,” kusho uNobhala weCosatu eGauteng, uDumisani Dakile.

"Sizohlela maduzane umcimbi wokushisa amasondo ezimoto phambi kwamahhovisi eSanral [SA National Roads Agency Limited], ngakho abantu siyabacela ukuba balethe izincwazi ezithi bayakweleta ukuze sizozishisa nazo.”

ICosatu ikwamukele ukusungulwa kwekomidi elizobheka ukusebenza kwama-e-toll, elisungulwe nguNdunankulu uDavid Makhura.

UDakile uphinde wathi iCosatu ayihambisani nemizamo yeSanral neNational Prosecuting Authority yokushushisa abantu abangabhalisanga ngaphansi kohlelo lwama-e-toll, nabangawakhokheli.



 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Can radio hosts and media personalities be apolitical?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Yes, impartiality is key for public trust
32% - 384 votes
No, let's be real, we all have inherent biases
68% - 810 votes
Vote
Rand - Dollar
19.13
+0.2%
Rand - Pound
23.73
+0.4%
Rand - Euro
20.40
-0.1%
Rand - Aus dollar
12.29
+0.1%
Rand - Yen
0.12
+0.1%
Platinum
943.70
-0.7%
Palladium
1,029.00
-0.1%
Gold
2,393.16
+0.6%
Silver
28.58
+1.2%
Brent Crude
87.11
-0.2%
Top 40
67,314
+0.2%
All Share
73,364
+0.1%
Resource 10
63,285
-0.0%
Industrial 25
98,701
+0.3%
Financial 15
15,499
+0.1%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE